
The designations employed and the presentation of material on this map do not imply the expression of any opinion whatsoever on the part of the Secretariat of the Convention on Biological Diversity or the United Nations concerning the legal status of any country, territory, city or area or of its authorities, or concerning the delimitation of its frontiers or boundaries.
Intaba iTeskey Ala-Too Endaweni yangakithi abantu babehlupheka futhi umsebenzi wokuziphilisa owawukhona wawukhandla. Ngesikhathi ngiyinsizwa ngangingazihluphi ngokucabanga ngenjongo yokuphila noma ngekusasa.
Ngangingakaze ngicabange ukuthi amaqiniso ajabulisayo ngoJehova uNkulunkulu nangenjongo yakhe angashintsha ukuphila kwami. Indlela umyalezo weBhayibheli owafika ngayo eKyrgyzstan nendlela owasakazeka ngayo kuyindaba ethakazelisayo. Konke lokhu kwaqala endaweni yangakithi enyakatho yeKyrgyzstan. Iqiniso ngoJehova uNkulunkulu laqala ukuhluma eKyrgyzstan ngawo-1950. Ukuze lihlume, iqiniso kwadingeka linqobe izimfundiso ezazimbelwe ngokujulile ezingqondweni zabantu. Indawo manje eyaziwa ngokuthi yiKyrgyzstan, ngaleso sikhathi yayingaphansi kwe-Union of Soviet Socialist Republics (USSR).
Kulo lonke elase-USSR, oFakazi BakaJehova babengathathi hlangothi kwezombusazwe. () Ngenxa yalokho babeshushiswa njengezitha zombuso wobuKhomanisi. Kodwa ayikho imfundiso engavimba iZwi likaNkulunkulu ukuba lifinyelele izinhliziyo zabantu abaqotho.
Ngempela, esinye sezifundo ezibaluleke kakhulu engiye ngazifunda kukho konke ukuphila kwami ngihamba noJehova ukuthi, “zonke izinto zingenzeka.”—. U-Emil Yantzen Ukushushiswa koFakazi BakaJehova kwabangela ukuba bande eKyrgyzstan.
Kwabangelwa yini lokho? Isifundazwe saseSiberia, okwakudingiselwe kuso izitha zombuso, sasiyingxenye ye-USSR. Lapho labo abadingisiwe bekhululwa, abaningi kubo beza eKyrgyzstan futhi abanye kubo beza neqiniso.
Weather Underground provides local & long range Weather Forecast, weather reports, maps & tropical weather conditions for locations worldwide. 您的大名 Hi again I have tried sending you a message on your site but I got an email saying it was not delivered so here goes again. It would be great if you could let me know if you have received my email and article. The Russian Sherlock Holmes Series: x: 1979 Sherlok Kholms I Doktor Vatson Sherlock Holmes and Doctor Watson 1st episode: Acquaintance (based on A Study in Scarlet and The Adventure of the Speckled Band) 2nd episode: Bloody Inscription (based on A Study in Scarlet) 1980. 8 in 10 new-borns receive home visits from the public health centres. In 2015, 83 per cent of new parents had home visits from the public health centres, and almost all infants underwent a health examination within eight weeks of birth. Health examinations for children of pre-school age and in their first year at school have nearly full coverage. 
Omunye owayedingisiwe kwakungu-Emil Yantzen owazalwa ngo-1919 eKyrgyzstan. U-Emil wathunyelwa ekamu lokuhlushwa futhi wahlangana noFakazi lapho.

Walamukela iqiniso wabe esephindela ekhaya ngo-1956. U-Emil wafike wazinza ngaseSokuluk, esifundeni sangakithi. Ibandla lokuqala laseKyrgyzstan lamiswa eSokuluk ngo-1958. U-Elizabeth Fot; U-Aksamai Sultanalieva U-Elizabeth Fot, incekukazi kaJehova ethembekile, naye wayehlala eKant. Wayeziphilisa ngokuthunga. Ngenxa yokuthi wayewenza kahle umsebenzi wakhe, odokotela nothisha babemcela ukuba abathungele izimpahla.
Omunye wabantu ayebathungela kwakungowesifazane ogama lakhe lingu-Aksamai Sultanalieva owayeshade nesikhulu esisebenza ehhovisi lomshushisi womphakathi. U-Aksamai weza ku-Elizabeth ezofuna izimpahla, wabe esebuza imibuzo eminingi ngenjongo yokuphila nesimo sabafile. U-Elizabeth wamphendula esebenzisa iBhayibheli. U-Aksamai waba ummemezeli oshisekayo wezindaba ezinhle.
UNikolai Chimpoesh Cishe ngaleso sikhathi, uNikolai Chimpoesh odabuka eMoldova wamiswa njengombonisi wesigodi futhi wakhonza iminyaka engaba ngu-30. UNikolai akagcinanga nje ngokuvakashela amabandla, kodwa wahlela nokunyatheliswa nokusakazwa kwezincwadi zethu.